• 所有新生命宣教会 The New Life Mission 网站上的电子书和有声书均可免费下载
  • 探索以多种语言提供的全球性讲道
  • 查看我们已翻译成27种语言的网站
  • 第1卷新修订版已全新推出
Search

免费电子书和有声读物

水与灵的福音

祖鲁语  1

Ingabe Ngempela Uzelwe Kabusha Namanzi NangoMoya?

Rev. Paul C. Jong | ISBN 9788928260782 | 页码 440

下载免费电子书和有声读物

选择您喜欢的文件格式,安全下载到手机、电脑或平板电脑,随时随地阅读和收听讲道集。所有电子书和有声读物都完全免费。

您可以通过下方播放器收听有声读物。🔻
拥有平装书
在亚马逊购买平装书
OKUQUKETHWE

Ingxenye Yokuqala—Izintshumayelo
1. Kufanele Siqale Sazi Ngezono Zethu Ukuze Sihlengwe (NgokukaMakhu 7:8-9, 20-23) 
2. Umuntu wazalwa eyisoni (NgokukaMakhu 7:20-23) 
3. Uma Senza Izinto NgoMthetho kungasisindisa? (NgokukaLuka 10:25-30)
4. Ukuhlengwa Okuphakade (NgokukaJohane 8:1-12) 
5. Ukubhabhadiswa Kukajesu Nokuhlawulelwa Kwesono (NgokukaMathewu 3:13-17) 
6. UJesu Kristu Weza Ngamanzi, nangeGazi, nangoMoya (1 KaJohane 5:1-12) 
7. Ukubhabhadiswa KukaJesu angumfanekiso Sensindiso Yezoni (1 KaPhethro 3:20-22) 
8. Ivangeli Lokubuyisana Okuchichimayo (NgokukaJohane 13:1-17) 

Ingxenye Yesibili—Isithasiselo
1. Ubufakazi Bensindiso 
2. Incazelo Eyengeziwe 
3. Imibuzo Nezimpendulo 
 
Lesi sihloko esiyinhloko sithi "ukuzalwa kabusha ngamanzi noMoya." Inomsuka wayo ngesihloko. Ngamanye amazwi, le ncwadi isitshela ngokucacile ukuthi kuyini ukuzalwa kabusha nokuthi uzalwa kanjani ngokusha ngamanzi nangoMoya ngokuvumelana neBhayibheli. Amanzi afanekisela ukubhapathizwa kukaJesu eJordani futhi iBhayibheli lithi zonke izono zethu zadluliselwa kuJesu lapho ebhapathizwa nguJohane uMbhapathizi. UJohane wayengummeleli waso sonke isintu futhi engowozalo luka-Aroni umphristi omkhulu. U-Aroni wayebeka izandla zakhe enhloko yembuzi futhi edlulisele zonke izono zonyaka zama-Israyeli phezu kwayo ngoSuku Lokuhlawulela. Kuyisithunzi sezinto ezinhle ezizayo. Ubhapathizo lukaJesu luwumfanekiso wokubekwa kwezandla. UJesu wabhapathizwa ngendlela yokubekwa izandla eJordani. Ngakho wasusa zonke izono zomhlaba ngokubhapathizwa kwakhe futhi wabethelwa esiphambanweni ukuze ahlawulele izono. Kodwa amaKristu amaningi awazi ukuthi kungani uJesu abhapathizwa nguJohane uMbhapathizi eJordani. Ubhapathizo lukaJesu luwukhiye wale ncwadi, futhi luyingxenye ebalulekile yeVangeli Lamanzi Nomoya. Singazalwa ngokusha kuphela ngokukholelwa ekubhapathizweni kukaJesu nasesiphambanweni sakhe.
更多

与该标题相关的书籍

The New Life Mission

参加我们的调查

您是如何了解到我们的?